Impumelelo
Impumelelo empilweni ayizi ngokuzuma, kodwa iyizithelo zokusebenza kanzima, ukuzimisela, noku kholelwa kuwe uqobo. Uma ufuna uphumelela phikelela, ungavumeli izithiyo zikudikibalise, ngoba zonke izinselelo ziyisifundo ezikukhulisayo.
Thatha ithuba elilodwa ngosuku ukuze uhambe eduze kwephupho lakho — noma elincane kangakanani lilungile.
Khumbula, impumelelo ayilinganiswa ngobukhulu bemiphumela, kodwa ngobukhulu bokuzimisela kwakho. Ngakho vuka njalo uzitshele ukuthi “Namuhla ngizokwenza kangcono kunan yizolo,” ngoba impilo isinikeza amathuba amaningi. Okuzama kulabo abesabayo ukuwa sebenzisa cha musani ukuwasaba. #motivation
Phethiswa Gxokwana
コメントを削除
このコメントを削除してもよろしいですか?