ЁЯУ╗ЁЯФе ISIMEMEZELO ESIBALULEKILE ЁЯФеЁЯУ╗
Umsakazo wenu eniwuthandayo, Umsakazo AbaQulusi FM 90.7, uyaziqhenya ngokumemezela ukuthi siyibo Official Partner be Denim and White College Freshers Bash ezoba ngomhla ka-28 March e-Envee Exclusive Lounge, Vryheid.
Lena yithuba elikhulu kubafundi kanye nentsha yase-AbaQulusi nasezindaweni ezizungezile ukuthi nihlangane, nijabule, futhi nibe yingxenye yomcimbi omkhulu wonyaka! ЁЯОЙ
тЬи Lindelani:
тАв Umculo oshisayo ЁЯО╢
тАв Atmosphere emangalisayo ЁЯФе
тАв Ukuhlangana nabanye abafundi ЁЯдЭ
тАв Nobumnandi obungasoze balibaleka ЁЯТГЁЯХ║
Siphinde sixhase umkhankaso wokulwa ne-Cyber Bullying тАУ masisebenziseni ubuchwepheshe ngendlela efanele. ЁЯЪлЁЯУ▒
ЁЯУН Indawo: Envee Exclusive Lounge, 42 Stretch Crescent, Vryheid
ЁЯУЕ Usuku: 28 March
ЁЯУ╗ Official Partner: Umsakazo AbaQulusi FM 90.7
Ungaphuthelwa! Lalela Umsakazo AbaQulusi FM ukuze uthole olunye ulwazi nezimemezelo.
#abaqulusifm
#freshersbash2026
#denimandwhite
#vryheidevents
#ikhayalethunaweikhayalakhe