4 の - 翻訳

📻🔥 ISIMEMEZELO ESIBALULEKILE 🔥📻

Umsakazo wenu eniwuthandayo, Umsakazo AbaQulusi FM 90.7, uyaziqhenya ngokumemezela ukuthi siyibo Official Partner be Denim and White College Freshers Bash ezoba ngomhla ka-28 March e-Envee Exclusive Lounge, Vryheid.

Lena yithuba elikhulu kubafundi kanye nentsha yase-AbaQulusi nasezindaweni ezizungezile ukuthi nihlangane, nijabule, futhi nibe yingxenye yomcimbi omkhulu wonyaka! 🎉

✨ Lindelani:
• Umculo oshisayo 🎶
• Atmosphere emangalisayo 🔥
• Ukuhlangana nabanye abafundi 🤝
• Nobumnandi obungasoze balibaleka 💃🕺

Siphinde sixhase umkhankaso wokulwa ne-Cyber Bullying – masisebenziseni ubuchwepheshe ngendlela efanele. 🚫📱

📍 Indawo: Envee Exclusive Lounge, 42 Stretch Crescent, Vryheid
📅 Usuku: 28 March
📻 Official Partner: Umsakazo AbaQulusi FM 90.7

Ungaphuthelwa! Lalela Umsakazo AbaQulusi FM ukuze uthole olunye ulwazi nezimemezelo.

#abaqulusifm
#freshersbash2026
#denimandwhite
#vryheidevents
#ikhayalethunaweikhayalakhe