đ»đ„ ISIMEMEZELO ESIBALULEKILE đ„đ»
Umsakazo wenu eniwuthandayo, Umsakazo AbaQulusi FM 90.7, uyaziqhenya ngokumemezela ukuthi siyibo Official Partner be Denim and White College Freshers Bash ezoba ngomhla ka-28 March e-Envee Exclusive Lounge, Vryheid.
Lena yithuba elikhulu kubafundi kanye nentsha yase-AbaQulusi nasezindaweni ezizungezile ukuthi nihlangane, nijabule, futhi nibe yingxenye yomcimbi omkhulu wonyaka! đ
âš Lindelani:
âą Umculo oshisayo đ¶
âą Atmosphere emangalisayo đ„
âą Ukuhlangana nabanye abafundi đ€
âą Nobumnandi obungasoze balibaleka đđș
Siphinde sixhase umkhankaso wokulwa ne-Cyber Bullying â masisebenziseni ubuchwepheshe ngendlela efanele. đ«đ±
đ Indawo: Envee Exclusive Lounge, 42 Stretch Crescent, Vryheid
đ
Usuku: 28 March
đ» Official Partner: Umsakazo AbaQulusi FM 90.7
Ungaphuthelwa! Lalela Umsakazo AbaQulusi FM ukuze uthole olunye ulwazi nezimemezelo.
#abaqulusifm
#freshersbash2026
#denimandwhite
#vryheidevents
#ikhayalethunaweikhayalakhe