Valentine
Love shouldn’t depend on data.
Happy Valentine’s Day from SoftMeet.
#softmeet #valentinesday #stayconnected #datafree #digitalinclusion
Ontdekken postsOntdek boeiende inhoud en diverse perspectieven op onze Ontdek-pagina. Ontdek nieuwe ideeën en voer zinvolle gesprekken
Valentine
Love shouldn’t depend on data.
Happy Valentine’s Day from SoftMeet.
#softmeet #valentinesday #stayconnected #datafree #digitalinclusion
Learning
When data runs out, questions don’t disappear. Learning doesn’t wait for airtime. SoftMeet works when others stop.
#southafrica #studentlife #townshiplife #learningneverstops #accessforall #techforgood
State Of The Nation Address
(SONA)2026
President Cyril Ramaphosa says the South African nation is stronger than it was a year ago and this is clear from economic growth that is gathering pace. https://tinyurl.com/4btxbr7y


+8
MPAC is the Municipality Public Accounts Committee okuyikomiti elibhekelele ukuphathwa kwezimali zomphakathi emikhandlwini. Lingelinye lamakomiti abaluleke kakhulu ngoba uma kubekhona ukusebenza kwemali ngendlela engaqondakali ilona lelikomiti elisukumayo liphenye ukuthi kwafika imali engaka emkhandlwini, yasetshenziswa kanjani isenti nesenti lakhona. Yilona futhi elithi uma seliphenyile bese lenza izincomo zokuthi abathintekayo bathathelwe izinyathelo zokusebenzisa imali yomkhandlu ngendlela engazuzisi umphakathi..
Cllr uShelembe ungusihlalo futhi we Ethics Committee lana emkhandlwini waBaqulusi lapho nakhona eke waveza eningi inkohlakalo ngokusebenza kwezimali zomkhandlu, sizokhumbula ukuthi wake wasinda edutshulwa okwakusolisa ukuthi kwakumayelana nombiko wezezimali okwakufanele awethule ngophenyo olwalenziwe yikomiti lakhe. Emkhandlwini umele iqembu le DA
*Uqhamuke eseshaya kancane njengoMose uMeya elethe uhlelo logesi wamaSola eDunduluzi naseMthumeni
UMeya woMkhandlu waBaQulusi uSifiso Mkhwanazi izolo ngoLwesithathu (11 February 2026) wethule uhlelo lokulekelela abantu ngohlelo lukagesi wamaSola okwesikhashana kubantu baseDunduluzi kuwodi 2 kanye nabase Mthumeni kuwodi 3 besalinde ukufakelwa ugesi. UMkhwanazi uhambele lezindawo zombili ezingaphansi koMkhandlu waBaQulusi ngokwehlukana kwazo.
UMeya ubehambisana noSomlomo woMkhandlu uNonkululeko Ndlela kanye neKhansela uMbatha likawodi 2.


+7